Igama elithi "uZibuthe" (obuye ubizwe ngokuthi buthe noma iButha) lisetshenziswa emithini yesintu kulezi zitshalo ezihlobene: Asparagus asparagoides, noma Asparagus laricinus, noma Asparagus ramosissimum, noma Asparagus setaceus, noma Asparagus virgatus (umndeni Liliaceae s.l.). Akukacaci ukuthi iyiphi kulezi ebhekiswa kuyo ngqo kule ndawo - kudingeka ucwaningo olubhekene nendawo/isiko elithile ukuze kuqinisekiswe.
Uzibuthe uyangena kwisikhafulo, uyangena emthini yokuthandeka,uyangena emithini yokudonsa imali. Uzibuthe uyangena kwisibambelelo.
Uzithube or Umazibuthe uyasetshenziswa ukuchaza i-magnet, le article ikhuluma nesihlahla esibizwa ngozibuthe noma umazibuthe. Asikhulumi ngemagnet kule article.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.